Kwaxolo
Ummomo
KwaXolo yindawo engaphansi kwenkosi yomdabu inkosi M Xolo ezalwa yinkosi E Thobigunya Xolo.[1] KwaXolo yindawo esesifundazweni iKwaZulu Natal esifundeni Ugu District, ogwini olusezansi nesifundazwe. Indawo yaKwaXolo inezigodi ezibuswa yiziNduna noNozithetshana kanye namaPhoyisa enkosi. Le ndawo yakwaXolo inezinsiza zomphakathi esingabala kuzo amaClinic, izikole, nama Library kanye nama Caves Adventures.[2]Iyindawo enhle ebukekayo Futhi inezikole eziningi ngaphansi kwayo ngingalinganisa:Tholimfundo Secondary,Thobigunya,Mthini,Nyanisweni.Kanti nemfundo yakhona isesimweni esihle kakhulu.