Phumzile Mlambo-Ngcuka

Mayelana Wikipedia

UPhumzile Mlambo Ngcuka usopolitiki waseNingizimu Afrika kanye nesikhulu seNhlangano Yezizwe, futhi njengamanje usebenza njengoMqondisi Ophethe Wezinhlangano Zabesifazane be-UN ngesikhundla sika-Under-Secretary-General weNhlangano Yezizwe. Umlambo Ngcuka wayengumongameli kusekela ngomnyaka ka 2005 kuya ku 2008.

Isiqalo Sokuphila nemifundo[hlela | Hlela umthombo]

[1]iLanga lakhe lokuzalwa ngulwesithathu kaNovember 1955 eClaremont, Durban. Ukhule eDurban, yena waya Ohlange High School eInanda wase waya euyinivesithi kazwelonke Limpopo ukuthola isiqu sekhono lobuciko kwenzesayensi yezenhlalo kanye nomfundo. Meseka qeda ngesimfundo uyefundisa ngomnyaka ka 1980 kuya ku 1983 eMpumalanga Teachers Training College nase Ohlange High School. Ngokuhamba kwesikathi uthole iziqu inqubomgomo yezobulili ekolishi laseuyinivesithi eLondon ngo 1988.

Umsebenzi[hlela | Hlela umthombo]

[2] Lapho inhlangano yendabuko yabesifazane yayiyinhlangano esebnzisana nayo. Inhlangano yentando yeningi, phambili ngokubambana ngentando yeningi (i-UDF) wayengumongameli wokuqala wezinhlangano. Ubuye wasebenza njegomqondisi wenhlangano yezentuthuko yaseKapa i-TEAM. Lapho wabandakanyeka ekukhozeni kwabafazi ezindaweni zemjondoloo nasemasontweni azimele eAfrika ka ukuthuthumisa ukuqeqesaha kokuzimela kwenzomnotho kanye nekhonyolokuqhuba izinhlelo zokuqeqesha. Ngo 1990, uMlambo-Ngcuka uqalw kusebenza uyinivesithi yomhlaba inzonzo Ninginzimu Afrika yase eKapa,ukuxaksa izinhlangano ezothuthukisa ukufunda nokubhala kanye nenthuthukoyase mkaaya kanya nezimboni ukufinyelela ezindaweni ezibekelwe eceleni.

  1. https://www.sahistory.org.za/people/phumzile-mlambo-ngcuka
  2. https://www.sahistory.org.za/people/phumzile-mlambo-ngcuka