Rihanna

Mayelana Wikipedia

Robyn Rihanna Fenty (wazalwa 20 ngoNhlolanja 1988), waziwa kangcono ngo Rihanna uvela eBarbados ungumculi futhi ungumbali wezingoma ze RnB. ozalelwe eSaint Michael, Barbados, waya eUnited States ngenkathi eneminyaka elishumi nesithupha ukuyofeza iphupho lakhe lokuba ngumculi ngaphantsi kwenakekelo lomrekhodi uEvan Rogers. Ngemuva wasayina ikontraki ne Def Jam Recordings ngemuva kokukethwa nguJay-Z. uJay-Z wayeyinhloko yalelabeli.