Sindiwe Magona

Mayelana Wikipedia

USindiwe Magona ungumbhali waseMzantsi Afrika. Wabhala amanoveli ngesibonelo “Mother to Mother” (ngesiZulu Umama kumama noma Umama nomama).

USindiwe Magona wazalwa ngo1948 eMthatha. Wakhulela eGugulethu, wafunda eNyuvesi yaseNingizimu Afrika neNyuvesi yaseColumbia eNew York.

Inoveli u-Mother to Mother labhalwa ngo1988. Liyindaba ngokubulawa kukaAmy Biehl.  UMagona wabhala sengathi ungumama wombulali[1]. USindiwe Magona wabhala amabhuku amaningi ngesiNgisi. Wabhala inoveli u-Beauty’s Gift nezindaba ezimfushane eziningi (nezindaba ezincane eziningi).

“To My Children’s Children” le ncwadi ilanda ngempilo yombhali.  Yi-autobiography. Wayibhala futhi ngesiXhosa: Kubantwana Babantwana Bam.  

USindiwe Magona ubhala ngesiXhosa.  Wasiza ukubhala le ncwadi Teach Yourself Xhosa (ngesiZulu: Zifundise isiXhosa).  UMagona wadala i-Gugulethu Writers’ Group (ngesiZulu: Iqembu lababhali baseGugulethu).  Ngo2007 babhala ibhuku Umthi Ngamnye Unentlaka Yawo, yiqoqo lezindaba zesiXhosa.

UMagona wanikezwa i-Order leKhamanga (lethusi) ngenxa yempumelelo egqamile yemibhalo yakhe, futhi ukusebenzisa ipeni lakhe njengesikhali sokulwa kumzabalazo wokuzuza uxolo, nokushintsha emphakathini, nenkukuleko.[2]

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. McMillian, Joyce. Interview: Sindiwe Magona, writer and author of Mother to Mother. The Scotsman. 2012 Aug 6.
  2. Best of writing, photography and music. Sunday Independent, 2011, May 3.https://www.iol.co.za/sundayindependent/best-of-writing-photography-and-music-1063717