Subarctic climate

Mayelana Wikipedia

I-Subarctic climate noma Subpolar climate noma boreal climate wuhlobo lwesimo sezulu olubonakala ngokuba nobusika obude futhi obubanda kakhulu, loluhlobo lwesimo sezulu luphinde lube nehlobo elifishane futhi elingashisi kakhulu. Lesimo sezulu sitholakala ezindaweni ezinomhlaba omkhulu kakhulu njengase Rashiya. Izimpawu zalesimo sezulu kwi-Köppen climate classification yilezi; Dfc, Dwc, Dsc, Dfd, Dwd kanye ne Dsd.

Izindawo zomhlaba ezinaloluhlobo lwesimo sezulu (Dfc, Dwc, Dsc, Dfd, Dwd kanye ne Dsd)

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]