Talk:UBruno Maddox

Page contents not supported in other languages.
Mayelana Wikipedia

Ngicela nisize kulesihloko ngokusho ukuthi kumele ngilungisephi. Ngiyathanda ukusiza abantu bolwimi lwesiZulu, kodwa ngoba sengajwala ukubhala ngolwimi lwesingisi kakhulu maningi amaphutha engingawenza ekubhaleni ngolwimi lakithi Isizulu. Ngizokujabulela kakhulu ukuphawula kwenu ukuze sisizane ukuqhubekisa ulwimi lwesiZulu ukuthi luye phambili.