Themba Ndaba

Mayelana Wikipedia
Jump to navigation Jump to search

UThemba Ndaba (owazalwa ngomhlaka 14 kuNhlolanja 1965) ungumlingisi nomqondisi waseNingizimu Afrika. Waziwa kakhulu ngokulingisa kumdlalo we-movie iMishini Gun Preacher nakuchungechunge iZone 14 .Njengamanje ulingisa njengoBrutus Khoza emdlalweni owuchungechunge waseNingizimu Afrika iFerguson Films <i id="mwDg">iThe Queen</i>.