Trevor Jones
Appearance
| Trevor Jones | |
|---|---|
|
| |
| Background information | |
| Igama lokuzalwa | Trevor Alfred Charles Jones |
| Ubezalwa |
23 ngoNdasa 1949 IKapa, eNingizimu Afrika |
| Izinhlobo | umculo wamafilimu |
| Abasebenzi | ungumqophi, futhi ungumbhidisi |
| Amathuluzi | Synthesizer |
| Isikhathi | 1979–present |
| Isizindalwazi | www.trevorjonesfilmmusic.com |
Trevor Alfred Charles Jones (ubezalwa 23 ngoNdasa 1949) ungumqophi wezingoma zamafilimu. Ngokobuzwe ungowaseNingizimu Afrika. Nakuba udumo lwakhe luphelela embonini yama filimu kuphela, asemaningi kakhulu amafilimu ewaqophela umculo. Umculo wakhe unconywa kakhulu ngokujula nangomuzwa wawo.