UJohann Rupert
umlando ka Johanna Peter Rurpert
[hlela | Hlela umthombo]Johann Rupert | |
---|---|
Ubezalwa |
Stellenbosch, Cape Province, Union of South Africa | 1 ngoNhlangula 1950
Alma mater | Stellenbosch University |
Occupation | Chairman of Compagnie Financiere Richemont SA[1] |
Known for | Luxury goods |
Spouse | Gaynor Rupert |
Children | 3 |
Parents | Anton and Huberte Rupert |
UJohann Peter Rupert (owazalwa ngomhlaka-1 kunhlangulana ngowezi-1950) ungusomabhizinisi waseNingizimu Afrika oyisigidi, uyindodana endala yomuholi webhizinisi U-Anton Rupert kanye nonkosikazi wakhe- uHuberte. Ungusihlalo wenkampani yezimpahla zokunethezeka yaseSwitzerland uRichemont kanye nenkampani yaseNingizimu Afrika iRemgro. Kusukela genyanga ka Mbasa kowezi- 2010, ubelokhu engu-CEO we- khampani iFinanciere Richemont. URupert nomndeni wakhe babecebe kakhulu eNingizimu Afrika ohlwini lwe-I-Forbes ngonyaka wezi-2023, benenani elilinganiselwa ku-US $ 10.7 billion.[2][3]
Impilo yomuntu
[hlela | Hlela umthombo]uRupert wakhulela I-Stellenbosch, lapho afunda khona ePaul Roos Gymnasium kanye nase Nyuvesi yase Stellenbos, efunda ezomnotho nomthetho wenkampani. Washiya enyuvesi ukuze abhekise umsebenzi ebhizinisini, nokho, ngonyaka wezi-2004, inyuvesi yamnikeza iziqu zobudokotela wokuhlonishwa kwezomnotho.[4]
Ngonyaka wezi-2008, wanikezwa iziqu zobudokotela wokuhlonishwa UNelson Mandela Metropolitan University. Uchazwe "njengomuntu oyedwa" wezezimali skhathi kanye ne-Barron's, uRupert akavamile ukunikeza izingxoxo futhi agweme izenzakalo zomphakathi. uthakwe igama ngokuthi "Rupert the Bear".
Izinkomba
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Cite error: Invalid
<ref>
tag; no text was provided for refs namedForbes2023
- ↑ https://www.richemont.com/about-us/corporate-governance/johann-ruper[dead link]
- ↑ https://www.richemont.com/about-us/corporate-governance/johann-ruper[dead link]
- ↑ https://www.google.com/search?q=About+https://www.businessoffashion.com/people/johann-rupert/&tbm=ilp&sa=X&ved=2ahUKEwjFk6Wv3ZyIAxU2uCcCHYTLAI4Qv5AHegQIABAR