UKhisimusi
Jump to navigation
Jump to search
USuku luka Khisimusi (IsiNgisi: Christmas Day) isikhathi esiletha injabulo kubantu abaningi. Lesi sikhathi senza ukuba kube khona ukuhlangana nemindeni okudala yagcinana, kuphunyulwe, futhi kuncokolwe. Kubazalwane ukhisimuzi usho usuku lapho uJesu Khrestu azalwa ngalo.Uma sokusondele lesi sikhathi sibona ngemihlobiso emihle futhi ehlukahlukene emigwaqeni, ezitolo, nasemakhaya.
Umsuka[hlela | Hlela umthombo]
Lolu suku lugujwa yizinkolo zamaKhrestu, lapho zisuke zibungaza khona ukuzalwa komsindisi uJesu Khrestu. Usuku lukaKhisimusi ligujwa mhla zi-25 kuZibandlela minyaka.