Jump to content

UNhlaba (uMeyi)

Kubuya ku Wikipedia

UNhlaba (uMeyi) yinyanga yesihlanu yonyaka. Ingesikhathi sonyaka lapho sekuqala khona imimoyana ehlabayo sekuvalelisa ihlobo. Sekushesha nokuhlwa, sekungena ubusika. Ngalenyanga kuvamise ukuba ukuthi isihlahla senhlaba siqhakaze izimbali ezibomvu eziba namanzianoshukela abizwa ngokuhti uvovo. Uvovo ufolwa ngayo inyanga kaNhlaba.

Isihlahla senhlaba esiqhakaza ngenyanaga kaNhlaba