UNongoloza
Jump to navigation
Jump to search
UNongoloza umuntu owaduma ngokusungula iqembu lemigulukudu elalibizwa ngamaNiniva. Uphinde aziwe njengomuntu owaqala imithetho eyakhiwa yizigebengu emajele ebizwa 'ngenombolo'. Umlando kaNongoloza utholakala kakhulu uma uxoxa nama-bhantinti aboshwa iminyaka.
Omunye owaduma kanye noNongoloza uNgelekejane. UNongoloza noNgelekejane babehlangene eqenjini lemigulukudu elagcina lihlukane phakathi. Amaqembu abo babewabiza ngama-27 (ezikaNgelekejane) nama-28 (ezikaNongoloza)