Jump to content

Ubhanana

Mayelana Wikipedia

Ubhanana isithelo esidliwayo esingenazo ezinhlamvu esimila ezindaweni ezinamanzi amaningi. Amakhasi kabhanana anombala oluhlaza uma ungakalungele ukudliwa, lapha usuke usaluhlaza. Kuthi lapho amakhasi awo eba nombala ophuzi usuke usuvuthiwe, kusho ukuthi isilungele ukudliwa.

Igama lesayensi likabhanana lithi Musa[1]. Leligama lanikwa lesisitshalo yisazi semvelo esidumile saseSweden uCarl Linnaeus. Akucaci ukuthi lithathwephi, mhlawumbe lithathwe egameni lesi-Arabhu elithi mauz[2].

Ubhanana
Isihlahla sikabhanana

References

[hlela | Hlela umthombo]
  1. Plants of the World Online
  2. Hyam, R.; Pankhurst, R.J. (1995). Plants and their names : a concise dictionary. Oxford: Oxford University Press. p. 329. ISBN 978-0-19-866189-4.