Jump to content

Ubhontshisi

Mayelana Wikipedia

Ubhontshisi okwiyisishebo esivumiwe ekuqedeni indlala ezindaweni zasemakhaya. Kwizindawo eziningi ezingaphansi kwesifunda sasoKhahlamba zinamasimu amaningi awo ubhontshisi. Indawo yasoKhahlamba inamaplazi amaningi avuelela abantu abaningi amathuba omsebenzi ngezikhathi zokuvuna.. Uthukela District municipality uyagqugquzela kuthi intsha ingenelele ekuletheni intuthuko emphakathini kanye nasekusizeni sixoshe ububha emphakathini. Phansi kwalesisifunda kunezigodi ezahlukahlukene njenge Rookdale, Amazizi,Emmause zonke lezizigodi zibambisene ekuqedeni ububha nenhlupheko. Isgodi ngasinye sinamaplazi aso alekelela ekutheni intsha ithole amathuba omsebenzi. Intsha iyayalelwa ukuba ibe nothando kwezolimo ngoba ziyasiza ekukhuliseni ikhono lokwelima kanye nasekugqugquzeleni ubambisano ekulwisaneni nentuthuko emphakathini naseMkhandlwini wesifunda sasoThukela.


Buthelezi, Nhlanhla Kenneth. Factors influencing the operational performance of co-operatives in South Africa: a case study of uThukela District Municipality. Diss. 2020

[hlela | Hlela umthombo]