Ubumba

Mayelana Wikipedia
Amawa abizwa-Gay Head e-Martha' Vineyard akhiwa cishe ubumba lodwa.
Ukubukeka kobumba

Ubumba luyisithako segcaki elincushuziwe esakheke lapho amatshe eqhephuka. Ubumba olumanzi luntibintibi futhi lungabunjwa lube yinoma isiphi isimo sokwenza amakhamba, izitini nezinye Izinto. Lapho kubunjwe into ngalo, luyashisw emphandwini (kiln) ukuze luqine, lube umkhiqizo wdongwe.

Ubumba luvame ukuqukatha amanzi ngoba amachembe wamanzi anamathela ezinhlamvukazini ezincane.