Ubumpumputhe bebala lobuhlanga

Mayelana Wikipedia


 

Ubumpumputhe bokucwasa ngokwebala

ubumpumputhe bokucwasa ngokwebala kusho ukucwasa kanye nokubandlulula ngokwebala kanye ngokwehlanga ekutheni kube nobandlululo ngokwemibala nokungafani kwabantu abakhona la eningizimu indlela abantu abaphathwa ngayo ngenxa yobuhllanga kanye nemibala yabo okuxabanisa abantu futhi kubahlukumeze ngenxa yokutshenwa ukuthi akubona abala eningizimu noma bashaywe ngenxa yemibala yabo kanye nobuhlanga njengokubamba inkolelo yokuthi uhlanga noma ubuzwe bomuntu akufanele buthonye okuwukuthi indlela lowo muntu aphathwa ngayo emphakathini. . . [1]

ezinkathini ezendlule abantu baseningimu benza isivumelwano sokuthi leli gama kuzofanele lisetsenziswe njengaga lokugwema ukucwasa kanye nokubandlulula phakathi kwabantu basemzanzi abcwasana ngokwebala kanye ngokubuhlanga.

Emibonweni yeNkantolo Ephakeme yase-US[hlela | Hlela umthombo]

ngonyaka ka-1896 kwaba khona uphikiswano lapho khona uJustice wabhala ngokuthi umthethosisekelo wukuleli awuboni ubandlululo phakathi kwemibala wathi zonke izakhamuzi ziyalingana ngokwamalungelo futhi phambi komthetho akekho umuntu ongaphezulu komunye sonke siyalingana noma ngabe umuntu enjani lokho akusho ukuthi lowo muntu akuyena owakuleli singabuntu sakhiwe ngezindlela ezahlukene. ungahunyushwa ngokuthi imithetho akumele ihlukanise abantu bezinhlanga ezahlukene.

  • Ngombono ofanayo ngonyaka ka 1978 baphikisana ngocwaningo eliyimpumputhe lombala, bebhala ukuthi "ngeke ... sivumele ubumpumputhe bombala bube iqiniso lokuthi abaningi 'badalile. abalinganayo' esikhathini sokuphila kwethu baye baphathwa njengabaphansi ngokomthetho nayizakhamuzi ezikanye nabo."
  • Embonweni wakhe ophikisana " Umthethosisekelo awuboni imibala kanye nokuqaphela umbala. Ukuze ugweme ukungqubuzana nesigatshana sokuviken[ <span title="The material near this tag possibly uses too vague attribution or weasel words. (March 2022)">Yini?</span>omthetho awawukhulunywe u justice ngo nyaka ka 2003 esilinganayo, isigaba esiphika inzuzo, esidala umonakalo, noma esithwesa umthwalo akufanele sisekelwe kuhlanga. Ngalowo mqondo, uMthethosisekelo awuboni umbala. Kodwa uMthethosisekelo uyaqaphela umbala ukuze uvimbele ukucwasa ukuba kuqhutshekwe nokuhlehlisa imiphumela yokucwasa okwedlule. '
  • E
  1. . p. 213–214. Missing or empty |title= (help)