Ubunjiniyela benzuba

Mayelana Wikipedia

Ubunjiniyela benzuba umkhakha ongaphansi kobuniniyela bamazuba owavela ekuqaleni kwekhulu lama-20 futhi uhlukaniseka ngokusetshenziswa okwengeziwe kwezigcoyi eziqebethayo ezifana ne-semiconductor, iziLekeleli zokukhulisa nokulawula ukugobhoza kobuzuba. Phambilini Ubunjiniyela bamazuba babusebenzisa izilekekeli ezingomenziwa ezifana neziqhebeza, izihibanzuba (resistors), nezimumathi (capacitors).