Ubusika

Mayelana Wikipedia

Ubusika isikhathi sonyaka lapho kusuke sekume khona kukhona nemimoya emikhulu. Ngalesi sikhathi sonyaka amazinga okushisa aba phansi kakhulu, kuyabanda, izindawo ezsiningi ziyakhithika, kulale iqhwa. Njengoba kusuke kubanda kakhulu amazinga okushis aephansi izinmbuzane eziningi kanye nezlwane ezifana namaxoxo nezinyoka ziyacasha ngoba zizwana namakhaza. Izihlahla ziphunyelwa amahlamvu kanti utshani buyasha ngoba phela izmvula zisuke zezingani ubuhlaza bemvelo buyaphela.