Jump to content

Uhwebo

Mayelana Wikipedia
Abahwebi ababili ngekhulu le-16 eJalimane
Indayi yaseSan Juan de Dios eGuadalajara, eGuadalajara, eJalisco
The Liberty to Trade as Buttressed by National Law (1909) by George Howard Earle, Jr.

Uhwebo lubandakanya ukudlulisa izingudla nezinkonzo kusuka kumuntu kuya komunye, imvama kunanwa ngemali. Osomnotho babhekisela esimisweni noma uxhaxha oluvuma kube nohwebo ngokuthi indayi.

Uhlobo lwasendulo lohwebo, isinano, lwalwenziwa ngokwenanwa kwezingudla nezinkonzo ngokuqondile ngezinye izingudla nezinkonzo,[1] okungukuthi, ukuhweba ngezinto ngaphandle kwemali.[1] Abahwebi banamuhla ngokuvamile bakhoza ngokusebenzisa insiza kunana, efana nemali. Ngokomphumela, ukuthenga kuyahlukaniswa esenzweni sokudayisa, noma enzuzweni.

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. 1.0 1.1 Samuelson, P (1939). "The Gains from International Trade". The Canadian Journal of Economics and Political Science 5 (2): 195–205. doi:10.2307/137133. JSTOR 137133.