Ukudla Kwasekuseni

Mayelana Wikipedia

 

Isidlo Sasekuseni: ukudla kokuqala kosuku okuvame ukudliwa abantu ngesikhathi sokuvuka. Leli gama ngesiNgisi lakhiwe lithathelwa ekunqanyulweni kwesikhathi sasebusuku sokungadli okuthathwa njengesikhathi osuke ulele ngaso undadli, ngaleyo ndlela usuke uzile ukudla ebusuku obandulele.[1] Kukhona amamenyu ahlukahlukene "avamile" noma "ajwayelekile", kanye nokukhetha ukudla okuhlukahlukene ngezifunda ngamazwe namasiko emhlabeni wonke.

  1. Anderson, p. 5