Ukudludlunga imininingo
Ummomo
Ukudludlunga imininingo kungukuqoqwa nokuthonywa kwemininingo yezezibhangqiwe ukuze kukhiqizwe ukwaziswa okuphusile. [1] Ukudludlunga imininingo kuwuhlobo lokudludlungwa kokwaziswa, okuyisenzo sokudludlunga noma ukuguqula ulwazi ngezindlela ezihlongekayo kobukele.[note 1]
Izinsebenzo
[hlela | Hlela umthombo]Ukudludlunga imininingo kungabandakanya imidludlungu ehlukahlukene, ehlanganisa:
- Isiqiniseko – ukuqinisekisa ukuthi imininingo ehlinzekiwe inembile futhi iyafaneleka.
- Ukuhlukanisa – "Ukulungisa izinto ngokochunge noma ngamaqoqo ahlukene."
- Isifingqo – ukunciphisa imininingo eningiliziwe ngamaphuzu ayo ayinhloko.
- Umumo ogcwele – ukuhlanganisa izingcezu eziningana zemininingo.
- Isihlaziyo – "ukuqoqwa, ukuhlelwa, ukuhlaziywa nokuhlakahlwa kwemininingo."
- Ukubika – ukwenza uhlu lwemininingwane noma isifingqo semininingo noma ukwaziswa okucikiziwe.
- Umjinjo – ukubandlulwa kwemininingo ngokweminxa ehlukahlukene.
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ French, Carl (1996). Data Processing and Information Technology (10th ed.). Thomson. p. 2. ISBN 1844801004.
- ↑ Data processing is distinct from word processing, which is manipulation of text specifically rather than data generally. "data processing". Webopedia. September 1996. Archived from the original on October 23, 2020. Kulandwe ngomhlaka June 24, 2013.
<ref> tags exist for a group named "note", but no corresponding <references group="note"/> tag was found.