Ukufufukiswa kwamazuba
Appearance
Ukufufukiswa kwamandla wamazuba kuwukuphakwa kwezindathane zesidlakalasi samazuba kusuka esizeni sokuwaphehla, esinjengesiphehli samandla, kuya esikhumulweni esincane sendawo. Izingcingo ezixhumaxhumene eziyilungiselelo lalo mdikizo zakha ihleloxhumano lokufufukisa. Lokhu kuyahluka endleleni izintambo zasendaweni ezihlelwe ngayo kusuka esigculweni sesivuve esiphezulu kuya kubathengi, esibizwa ngokuthi ukwabelana ngamandla wamazuba. Uhleloxhumano oluhlanganisiwe lokufufukisa nokwabelana ngamazuba luyingxenye yokufufutha ngamazuba, okwaziwa ngokuthi umdwayinga wamazuba.