Ukuhlukunyezwa kwabantu besifazane
Appearance
Sesiphila ezweni eligcwele inkohlakalo lapho abantu sebaphenduka izilwane abasakwazi ukuphilisana nabanye abantu. Ngezikhathi zasemandulo babehlonishwa kakhulu abantu besifazane. Babetotoswa kakhulu kodwa kwa ngokuya kwashintsha lokho,sebehlale bethukile. Bangaphezu kwamakhulu amane abesifazane abalahleka iviki ne viki bengaziwa ukuthi bashonephi. Amaphoyisa aseNingizimu Afrika asebenza umsebenzi oncomekayo ngokuqinisekisa ukuthi ziytholakala lezigilamkhuba.[1]