Ukukhanyabanga

Mayelana Wikipedia

Ukukhanyabanga, ngumuvo wobude osetshenziselwa ukuveza amabanga ezinkanyezi futhi ulingana namakhilomitha ayizigidigidi eziyisi-9.46, noma amamayela ayisigidintathu eziyisi-5.88. Njengokuchasisa kweNhlangano yeZizwe yezomkhathi, ukukhanyabanga kuyibanga elihanjwa ukukhanya elinyeni ngonyaka owodwa wekhalenda likaJuliyasi.