Ukulinganisa kwamasiko

Mayelana Wikipedia

Ukulinganisa kwamasiko kuyinqubo lapho iqembu elincane noma isiko lifika lifane neqembu leningi lomphakathi noma lihlanganise izindinganiso, ukuziphatha, nezinkolelo zelinye iqembu ngokugcwele noma kancane. [1]

Izinhlobo ezehlukene ezokulinganisa amasiko zihlanganisa ukufanisa ngokugcwele futhi nokufanisa ngempoqo.Ukufanisa ngokugcwele iyo evame kakhulu phakathi kwazo zombili,ngoba kwenzeka ngokuzenzakalayo.

Ngesikhathi sokulinganisa kwamasiko, amaqembu amancane kulindeleke ukuthi azivumelanise nezinqubo zansuku zonke zesiko elivelele ngolimi nokubukeka kanye nezici ezibaluleke kakhulu zenhlalomnotho ezifana ,nokungena emphakathini wendawo wamasiko nokuqashwa.

Iqembu elincane noma isiko lingena ngokuphelele esikweni elibusayo lapho izici ezichazayo zesiko ledlanzana zingaxabene kangako noma zinyamalale ngokuphelele; kuyilapho kwezinye izinhlobo zokutholwa kwamasiko njengokuhlanganiswa kwamasiko okutholakala kakhulu emiphakathini enamasiko amaningi, iqembu elincane emphakathini othile lamukela izici zesiko elibusayo ngokusanokuhlanganisa [2]

  1. . p. 615. Missing or empty |title= (help)
  2. . p. 17–18. Missing or empty |title= (help)