Ukushushumbiswa kwabantu
Appearance
UKUDAYISWA KWABANTU
[hlela | Hlela umthombo]Ukushushumbiswa Kwabantu wukuhweba kwabantu ngenjongo yokusebenza ngempoqo, ukugqilazwa ngokocansi, noma ukuxhashazwa ngokocansi ngenjongo yokudayisa.
Ukushushumbiswa kwabantu kungenzeka ezweni noma emazweni. Kuhlukile kubantu abashushumbisayo, okubonakala ngokuvuma komuntu oshushumbiswayo.
Ukushushumbiswa kwabantu kuchazwa njengokwephula kwamalungelo abantu ngezivumelwano zamazwe ngamazwe, kodwa ukuvikelwa kwezomthetho kuyehluka emhlabeni jikelele. Lo mkhuba unezigidi zezisulu emhlaben jikelele.[1][2]
I-UN Protocol to Prevent, Suppress and Punish Trafficking in Persons, ikakhulukazi Abesifazane kanye Nezingane, enabasayini abangu-117 namaqembu angu-173, ichaza ukushushumbisa abantu ngokuthi:
Inkomba:
[hlela | Hlela umthombo]