Ukuthenga kwi-Inthanethi
Ukuthenga kwi-Inthanethi kwasiza abantu abaningi ngesikhathi sokhuvethe lapho sasivinjelwe ukuya ezitolo.[1] Ngokusebenzisa idatha ye-longitudinal ngaphambi nangemva kobhubhene kuveza ukuthi ukuthenga kwi-Inthanethi ngo2019 kwaku 11% ngo2020 yaba u50.2%. Kusize kakhulu abantu abadala abangasanawo amandla okuzihambela kanye nabakuthola kalula ukugula.[2]
Ukuthenga kwi-Inthanethi kunemphulo imihle, isikhathi besongeka ungalokhe uphuma ugena eyitolo eyiningi ufuthi kuluna uqhathanisa amanani.[3] Kukhona abantu abakhubazekile abangathandi ukubonwa futhi abangakwazi ukuzenzela kodwa sebeyakwazi uzithengela iyimpahla khona kwi-Inthanethi. Kuyenzeka uthi uthenga into kungafiki yona noma kungawona usayizi obowulindele. Uma usebenzisa i-Inthenethi kumele ubenedatha eliningi, kumele uqaphele amaqola ngoba ungazithona ungasanamali sebeyithathile ebhanki lakho noma ungazitholi iyimpahla zakho.