Ukuzinkintshela

Mayelana Wikipedia
Inkitsha yokuzinkintshela lapho khona iziphumo zomdludlungu zisetshenziswa njengegalelo elibangela lowo mdludlungu.

Ukuzinkintshela (noma umazinkintshela) yisenzo esenzeka lapho iziphumo zesimiso zibuyiselwa kuso njengezigalelo eziyingxenye yomhumo kanobangela nemiphumela owakha intandelo noma inkintsha.[1] Khona ke lesimiso kungathiwa siyazinkintshela. Isicabango sikanobangela nemiphumela kumele kuqikelelwe lapho sisetshenziswa ezimisweni zokuzinkintshela:

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. Andrew Ford (2010). "Chapter 9: Information feedback and causal loop diagrams". Modeling the Environment. Island Press. pp. 99 ff. ISBN 9781610914253. This chapter describes causal loop diagrams to portray the information feedback at work in a system. The word causal refers to cause-and-effect relationships. The wordloop refers to a closed chain of cause and effect that creates the feedback.