Jump to content

Ukwabelana ngehele

Mayelana Wikipedia

Ukwabelana ngamahele kuwumkhuba wokusabalalisa noma wokuvula ukifinyeleleka kwezinsizakusakaza zezezibhangqiwe, njengezinhleleliso zesiCikizi, izinsizakusakaza ezixubile (ezilalelwayo, izithombe nemibukiso), imibhalo noma izincwadi zamazuba. Izindlela ezivamile zokuqoqonga, ukufufukisa nokusabalalisa zihlanganisa izinzisakusakaza ezisuswayo, iziphakeli ezinyomboniswe kumaxhoxho wesiCikizi, imibhalo esekwe kuxhakaxholo ekhongciwe, kanye nokusetshenziswa kokuxhoxhelana kontanga okusatshalalisiwe.


Ubuchwepheshe bokwabelana ngamahele, obufana neBitTorrent, bubalulekile kwizinsizakusakaza zokukokotela zanamuhla, kanye nasekwabelaneni ngemininingo yenzululwazi nezinye iziqikili zamahhala.