Jump to content

User:Fongcwele

Kubuya ku Wikipedia
SAWUBONA

Ngiyakubingelela mvakashi, ngithi kuwe WENZE KAHLE ngokuvakashela ikhasi likaFanyane
Ungakhohlwa ukuxoxa nami, ubuze noma yini nganoma yiluphi udaba, ngizokujabulela ukuxoxa nawe. Phequlula futhi ufunde kabanzi ngami.

Lo msebenzisi unekhasi ku Wikipedia.
Ulwazi lomsebenzisi we Babel
zu-N Lomsebenzisi uzalwe ekhuluma lwsiZulu.
en-2 This user has intermediate knowledge of English.
zu-3 Lomsebenzisi unolwazi oluningi lwesiZulu.
zu-2 Lomsebenzisi unolwazi olungengakanani lwesiZulu.
ss-2 This user has intermediate knowledge of SiSwati.
xh-2 This user has intermediate knowledge of isiXhosa.
Abasebenzisi ngo limi


Umnikeli
Fanyane Ongcwele
[[File:
The is the picture of user Fongcwele
|frameless|alt=]]
Umnikeli weWikipedia yesiZulu
Wazalwa Fanyane



uFONGCWELE ngumnikeli onikela kuyo yonke imikhakha edinga ucwaningo, ikakhulu eyenzululwazi nezobuchwepheshe. Igama lika FONGCWELE eiphelele nguFanyane Ongcwele. Lo mnikeli akayena ungoti noma ingcweti yolimi, noma umbhalo oqavile. Kodwa uyakuthanda ukuhumusha, nokuthuthukisa ulimi lwebele, ubuye aqambe namagama amasha. Iminikelo yakhe eminingi kuWikipedia wesizulu ehlozinge ekuhumusheni kususela esingisini.


Ngonyaka wezi-2025 lo mnikeli obizwa FONGCWELE waba yingxenye yomklamo weSWIP wokuqeqesha labo abazoba abaqeqeshi ngenhloso yokucijisa abanye ngokubhala ngezindimi zomdabu kuWikipedia. Okusho ukuthi uyayazi futhi uyayiqonda imithetho nezimiso zokubhala kulengosi.


  • Ngicela uzizwe ukhululekile Ukulungisa amaphutha engiwenzile, ngoba wona akhona.
  • Ngibuye ngihumushe nezincwadi zakudala, engibona kumqoka ukuba zibe khona ngesiZulu. Uma ufuna usizo ekuhumusheni isiBhalwa esithile lapha ngithinte.

Ngonyaka wezi-2026, uFongcwele nabanye abasebenzisi basungula iqembu labasebenzisa isiZulu kuWikimedia


Amaxhokoviyane

[hlela | Hlela umthombo]