Victor Kandinsky
Appearance
| Victor Kandinsky | |
|---|---|
|
UVictor Kandinsky ngo 1880 | |
| Native name | Виктор Хрисанфович Кандинский |
| Ubezalwa |
ngoMbaso 6, 1849 Byankino, Nerchinsky District, Transbaikal Oblast, Russian Empire |
| Ubefa |
ngoNtulikazi 3, 1889 (iminyaka ama-40) Saint Petersburg, Russian Empire |
| Cause of death | Ukuzibulala |
| Citizenship | Russian Empire |
| Education | Moscow Imperial University (1872) |
| Known for | ucwaningo nge-psychopathology yama-pseudohallucinations |
| Spouse | Elizaveta Karlovna Freimut–Kandinskaya |
UVictor Khrisanfovich Kandinsky(Ephreli 6, 1849, Byankino, Nerchinsky District, Siberia - Julayi 3, 1889, Saint Petersburg ) wayengudokotela wezifo zengqondo waseRussia, futhi wayengumzala wesibili kumculi odumile uWassily Kandinsky.Wazalelwa eSiberia emndenini omkhulu wosomabhizinisi abacebile ngokweqile.UVictor Kandinsky wayengomunye wabantu abadumile kwezengqondo zaseRussia futhi ephawuleka kakhulu ngeminikelo yakhe ekuqondeni ukusangana.