Zanzibar

From Wikipedia
Jump to navigation Jump to search
uma ufuna ikhasi elimayelana nedolobha bheka la Zanzibar.

IZanzibar noma IRiphabhulikhi yase Zanzibar yingxenye yezwe lase Thanzaniya.[1] Lengxenye yakhiwa yiziqhingi zase Thanzaniya, ikakhulukazi ezisondelene ne-Zanzibar. Isiqongo se Zanzibar yidolobhakazi lase Zanzibar. Ngonyaka wezi-2012, inani labantu ababehlala eZanzibar kwakuyisi-1,303,569.[2]

Ifulegi lase Zanzibar
Indawo ye-Zanzibar eThanzaniya

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. "Zanzibar profile – BBC News". bbc.com. Kulandwe ngo-Lwezi 2, 2020.
  2. "Mwinyi sworn in as president of Tanzania's Zanzibar - Xinhua". 2 kuLwezi 2020. xinhuanet.com. Kulandwe ngo-Lwezi 3, 2020.