Dinizulu
Appearance
| Dinizulu | |
|---|---|
|
| |
| Isikhathi | 1984 – 1913 |
| Ukubusa | 1884 |
| Ukuzalwa | ngoMasingane 1, 1868 |
| Indawo | Nongoma |
| Abantwana | |
| Royal House | Zulu |
Dinuzulu kaCetshwayo (1868 - 19 ngoMfumfu 1913) wabe yinkosi yakwaZulu kusukela ngonyaka wama-20 kuNhlaba we-1884 kwaze kaba ukukhothama kwakhe ngonyaka we-1913. Wethweswa icala lokuvikela uMbuso waseNgilandi okwathi esegwetshiwe wadingiselwa eSentelina kusuka ngonyaka we-1886 kuya kowe-1898. Waphinde wethweswa icala elifanayo malunga nobuphekulazinkhuni bukaBhambatha kaMancinza okwathi angagwetshwa wadingiselwa eNtilasifani (Transvaal) kusuka ngonyaka we1907 kuya kowe-1913.
| Inkosi wamaZulu | ||
| Emva kwa- : Cetshwayo |
Isikhathi 1884–1913 |
Phambi kwa- : Solomon |