Ezezibhangqiwe zoLuntu
Appearance
(Redirected from Ezoluntu ngokwezezibhangqiwe)
Ezezibhangqiwe zoLuntu indima yobuqhebeqhebe bemfundo ehlanganisa ezokucikiza noma ezobuchwepheshe bezezibhangqiwe kanye noqeqesho lwezoLuntu. Ezezibhangqiwe zoLuntu zihlanganisa ukusetshenziswa okuhleliwe kwezinsizakusebenza zezibhangqiwe lwezoLuntu, kanye nesihlaziyo zokusebenza kwazo.[1][2] Ezezibhangqiwe zoluntu zingachasiswa ngokuthi yizindlela ezintsha zokwenza ucwaningo ezibandakanya ukubambisana, ukuxuba uqeqesho, kanye nocwaningo, ukufundisa nokushicilela okusebenzisa ukucikiza.[3] Lendima iletha izinsiza nezindlelasu zezibhangqiwe ekufundweni kwezoluntu ngokuqaphela ukuthi okushicilelwe phansi akuseyona insiza eyinhloko yokukhiqiza nokusabalalisa ulwazi.[3]
Amaphatho
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Drucker, Johanna (September 2013). "Intro to Digital Humanities: Introduction". UCLA Center for Digital Humanities. Archived from the original on 29 September 2014. Kulandwe ngomhlaka December 26, 2016. Unknown parameter
|url-status=
ignored (help) - ↑ Terras, Melissa (December 2011). "Quantifying Digital Humanities" (PDF). UCL Centre for Digital Humanities. Kulandwe ngomhlaka December 26, 2016.
- ↑ 3.0 3.1 Burdick, Anne; Drucker, Johanna; Lunenfeld, Peter; Presner, Todd; Schnapp, Jeffrey (November 2012). Digital_Humanities (PDF). Open Access eBook: MIT Press. ISBN 9780262312097. Archived from the original (PDF) on 2016-10-26. Kulandwe ngomhlaka 2016-12-26. Unknown parameter
|url-status=
ignored (help)