Helen Joseph

Mayelana Wikipedia
Helen Joseph 1941

 

Ingemuva[hlela | Hlela umthombo]

UKhampepe wazalelwa eSoweto . Uthole iB Proc eNyuvesi yaseZululand kanye neziqu zeLLM eHarvard Law School . Wamukelwa njengommeli ngo nyaka wezi-1985 futhi wasebenza e- Bowman Gilfillan Enkampanini ezimele, egxile kwezomthetho wezabasebenzi. Ngo nyaka we-1995 waqokwa njengelungu leKhomishini YamaQiniso Nokubuyisana . [1] Kusukela ngo-1999 ube yiPhini likaMqondisi Kazwelonke Wophiko Lwezokushushiswa Komphakathi ophikweni Lwezokushushisa Likazwelonke . [1]

Ama-aphoyintimenti[hlela | Hlela umthombo]

Ngo nyaka wezi -2000 uKhampepe waqokwa njengomehluleli enkantolo enkulu yase Transvaal Provincial Division , [2] (manje eyaziwa ngokuthi iGauteng Division ). Ngo nyaka wezi - 2007 uphinde waqokelwa eNkantolo yokuDluliswa kwamaCala kwezabaSebenzi, kwathi ngonyaka wezi - 2009 waqokwa eNkantolo yoMthethosisekelo nguMengameli Jacob Zuma . Ngo nyaka wezi -2021 waqokwa njengebamba lejaji eliyinhloko enkantolo enkulu.


 References

  1. 1.0 1.1 Cite error: Invalid <ref> tag; no text was provided for refs named cc
  2. New judges. General Council of the Bar. http://www.sabar.co.za/law-journals/2001/april/2001-april-vol014-no1-pp21-22.pdf. Retrieved 11 October 2012.