Jacob Zuma

Mayelana Wikipedia
Jacob Zuma
GCB
Umongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika
Isikhathi:
9 ngoNhlaba 2009 – 14 uNhlolanja 2018
Deputy Kgalema Motlanthe
Emva kwa Kgalema Motlanthe
uLandelwa Cyril Ramaphosa
Umongameli we-ANC
Isikhathi:
18 ngoZibandlela 2007 – 18 kuZibandlela 2017
Deputy Kgalema Motlanthe
Emva kwa Thabo Mbeki
uLandelwa Cyril Ramaphosa
Umongameli isekela waseNingizimu Afrika
Isikhathi:
14 ngoNhlangula 1999 – 14 ngoNhlangula 2005
President Thabo Mbeki
Emva kwa Thabo Mbeki
uLandelwa Phumzile Mlambo-Ngcuka
Ilungu Lephalamende
Isikhathi:
1999–2005
Ukwazisa
Ubezalwa Jacob Gedleyihlekisa Zuma
(1942-04-12) 12 ngoMbaso 1942 (Iminyaka 81)
Inkandla, Umbuso waseNigizimu Afrika
Uhlobo abAfrika waseningizimu
Iqembu African National Congress (1959–manje)
Ubeshada Gertrude Sizakele Khumalo
(1973–manje)
Kate Zuma
(1976–2000)[1]
Nkosazana Dlamini
(1982–1998)
Nompumelelo Ntuli
(2008–manje)
Thobeka Mabhija
(2010–manje)[2]
Abantwana 20

uJacob Gedleyihlekisa Zuma (ubezalwa 12 ngoMbasa 1942) ungumongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika.[3]

Isiga lakhe singu-JZ. Isithakazelo lakhe singuMsholozi. Iyibizo futhi weculo ngebhendi Izingane Zoma.[4]

Zuma ubezalwa eNkandla, KwaZulu-Natal.[5]

uJacob Zuma wawuthola ukugxeka kakhulu ngoNkandla, umuzi wakhe owakhiwe eNkanla, KZN, ngoba usenze imali yabantu baseNingizimu Afrika. Ukugxeka kunomsindo kwafika ngu-EFF, ngenkathi bamemeza "Pay back the money!" ephalamende ngo-21 uNcwaba, 2014.

Ukushiya phansi esikhundleni sokuba ngumongmeli[hlela | Hlela umthombo]

Ngo mhlaka-14 kuNhlolanja 2018 uMongameli Jacob Zuma washiya phansi izintambo njengoMongameli waseNingizimu Afrika. Wakusho lokhu kumbiko oyisepesheli esiteshini sokusakaza somphakathi kwa-SABC.

NgoSepthemba 2021, iNkantolo yoMthethosisekelo yaseNingizimu Afrika yasichitha ngenkani isicelo sikaMengameli wezwe uJacob Zuma sokuguqula isinqumo sakhe sokumgweba izinyanga eziyishumi nanhlanu ejele ngenxa yokudelela ubulungiswa.


Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. Berger, Sebastien (5 January 2009). "ANC's Jacob Zuma to marry for fifth time". The Daily Telegraph. London. Kulandwe ngomhlaka 5 May 2010.
  2. "SA's Zuma marries his third wife". BBC News. 4 January 2010. Kulandwe ngomhlaka 5 May 2010.
  3. http://196.35.74.238/portal/site/SABCNews/menuitem.5c4f8fe7ee929f602ea12ea1674daeb9/?vgnextoid=82f7f279f6421210VgnVCM10000077d4ea9bRCRD&vgnextfmt=default&channelPath=home Archived 2011-05-29 at the Wayback Machine. | Zuma sworn in as SA's fourth democratic President | SABC | 9 May 2009 | 9 ngoMeyi 2009}}
  4. http://www.iol.co.za/news/south-africa/msholozi-trio-fuels-zuma-controversy-1.266746
  5. Gordin, J: Zuma, A Biography, page 1. Jonathan Ball, 2008.