Jump to content

Inyanga Yabantu besifazane

Mayelana Wikipedia
Ukubungazwa kwenyanga ya besifazane

Inyanga yabantu besifazane eNingizimu Afrika igujwa ngenyanga yesiShiyaga Lombili mhla zi 09 kuNcwaba minyaka yonke lokhu kukhombisa ukubalela kwabo ekubambeni iqhaza ngesikhathi kulelwa inkululeka. Kulenyanga iNingizimu Afrika ikhombisa ukubalela kwabo ibanikeze amandla abafanele, babefake isandla nabo okulweleni inkululeka kanye nokuvikele bebe namandla okuzi sebenzela ngaphandle kokuphiwa kodwa bazenzele bona ngokwabo bedla izithukuthuku zabo. Abantu Besifazane baziwa njengabantu abazithandayo, abanamandla, abanakekelayo futhi abane mfudumalo yingakhoke iNingizimu afrika ibanikeza ithuba lokhu sigubhe inyanga yaba bengaziboni besa cindezelekile kodwa bezizwe bebalulekile.[1]

Ababelwela Amalungelo Abantu Besizafazane

[hlela | Hlela umthombo]
Ukuqakambisa Amandla noKubaluleka kwabantu besifazane

Inzala bantu yoMzansi Afrika inomama abafane nomama Nkosazane Winnie Mandela kanye nomama Albertiner Sisulu abangasekho emhlabene baziwa njengabantu ababe bambe iqhaza elikhu ekulweleni amalungelo abantu eNingizimu Afrika jikelele, nabanye abaningi iNingizimu Afrika ayisoze yawadla amandla abantu besifazane futhi kufanele sibaqhakazise futhi sibahloniphe ngendlela ebafanele nenesizotha lenyanga uNcwaba kufanele siqhubeke siyihloniphe kube nendlela ezoqhubeka iqhakambise ukubaluleka , futhi kufanele kufundiswe netsha yase Ningizimu Afrika kuze iyoqhubeka njalo kwazise inkunzi isematholen.[2]

Izinkomba

[hlela | Hlela umthombo]

The United Nations, Office of the High Commissioner of Human Rights, What are human rights?. Retrieved 14 August 2014.

Amalungelo abantu#cite note-twsUnitedNations-3

James Nickel, with assistance from Thomas Pogge, M.B.E. Smith, and Leif Wenar, 13 December 2013, Stanford Encyclopedia of Philosophy, Human Rights. Retrieved 14 August 2014

  1. Amalungelo abantu#cite note-twsUnitedNations-3
  2. James Nickel, with assistance from Thomas Pogge, M.B.E. Smith, and Leif Wenar, 13 December 2013, Stanford Encyclopedia of Philosophy, Human Rights. Retrieved 14 August 2014