IsAlumbe

Mayelana Wikipedia

Aluminium-4

IsAlumbe (i- aluminium ngesiNgisi saseMelika neseCanada ) iyinhlwa enophawu I-Al kanye nenani lobuchwe 13. IsAlumbe sinogqinsi oluphansi kunolwezinkimbi ezivamile, ecishelweni elilodwa kwamathathu. Linobududu noma uzwano olukhulu nesOhwe, futhi lwakha ungqimba okuvikelayo lwentuhla ebusweni lapho lugalazwe emoyeni. IsAlumbe emehlweni uma ulibuka lifuze iCwebe, kokubili ngokombala nangekhono elikhulu lokukhwentuza ukukhanya.