Isabelle de Charrière
Appearance
| Isabelle de Charrière | |
|---|---|
|
Isithombe sika Isabelle de Charrière esadwetshwa ngu Maurice-Quentin de La Tour, ngonyaka wezi 1771 Saint-Quentin, Asine, Musée Antoine-Lécuyer | |
| Ubezalwa |
20 ngoMfumfu 1740 Castle Zuylen, Utrecht eNetherlands |
| Ubefa |
27 ngoZibendlela 1805 (iminyaka ama-65) e-Le Pontet, Colombier, Neuchâtel, Prussia |
| Pen name | Belle van Zuylen, Belle de Zuylen, Zelide, Abbe de la Tour |
| Umsebenzi | Umbhali wamaNoveli, Imbongi, Umbhali wemidlalo |
| Isizwe |
|





U-Isabelle de Charrière (20 October 1740–27 December 1805), owaziwa ngo Belle van Zuylen ezweni lase-Netherlands, née Isabella Agneta Elisabeth van Tuyll van Serooskerken, waziwa nango [Madame] Isabelle de Charrière kwezinye izindawo, wayengumbhali ongowomdabu baseDutch naseSwiss ngezikhathi ze Enlightenment owaphila izinsuku zokugcina zakhe endaweni yase-Colombier, Neuchâtel. Njengamanje waziwela kakhulu izincwadi kanye namanoveli awabhala, nakuba wayephinda abhale ama-"pamphlets", umculo kanye nemidlalo ewuchungechunge. U-Isabelle wayelandela ipolitiki yangezikhathi ayephila ngazo, lokho okwenza imisebenzi yakhe yobuciko ayenza ngezikhathi zo-Kuvukelwa kombuso wama-Frentshi ibe ngeminye ethathwa njengemqoka kakhulu.