Isakhatshiwo

Mayelana Wikipedia

Liquid_fluorine_tighter_crop

Izakhatshiwo ziyiqembu elisecansini lezinhlwa eliqukethe izinhlwa eziyisithupha ezihlobene ngokwevanga : ufusihwe (F), i-chwenzi (Cl), umbhulufu (Br), inkwithi (I), isatsha (At), kanye ne -thesimbi (Ts), nakuba abanye ababhali beyikhipha ithesimbi njengoba ubuvanga bayo bungaziwa futhi kulindeleke ukuthi ifane naleyo yomgambana .