IsiChuse sikaNelson Mandela, eHholo lasedolobheni leKapa

Mayelana Wikipedia

isiChuse sikaNelson Mandela savezwa ngomhla wa-24 kuNtulikazi ngowezi-2018 [1] [2] [3] [4] [5]. Wabekwa kuvulanda oluphezulu waseKapa City Hall sibhekane neGrand Parade, eKapa, eNingizimu Afrika. [6] uNelson Mandela wayengumongameli wokuqala waseNingizimu Afrika ekhululekile futhi wathola iNobel umklomelo woxolo ngowezi-1993 [7]

Ukubekwa[hlela | Hlela umthombo]

Kwafakwa endaweni khona ncamashi lapho uNelson Mandela enza khona inkulumo yakhe yokuqala emphakathini emva kokukhululwa ejele ngomhla we-11 kuNhlolanja 1990. [8] [9] [10]

Usuku lokuvezwa[hlela | Hlela umthombo]

Unyaka wakhethwa ukuba yingxenye yombungazo wokuzalwa kukaNelson Mandela. Wayezobe eneminyaka eyikhulu ubudala ngowezi-2018 uma ngabe esaphila. Wazalwa ngomhla we-18 kuNtulikazi ngowezi-1918 [11] [12] [13] [14]

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. "WATCH: Cape Town unveils new City Hall }date=24 July 2018". Travellor24. Kulandwe ngomhlaka 24 July 2018.
  2. "WATCH: Mandela statue unveiled at site of his first speech after being freed from prison". IOL. Kulandwe ngomhlaka 24 July 2018.
  3. "Nelson Mandela statue unveiled in Cape Town". Polity. Kulandwe ngomhlaka 24 July 2018.
  4. "Bronze Mandela erected on balcony at Cape Town's City Hall". News24. Archived from the original on 25 October 2018. Kulandwe ngomhlaka 24 July 2018.
  5. "Unveiling of the Nelson Mandela statue at Cape Town City Hall". SABC News Western Cape. Archived from the original on 24 July 2018. Kulandwe ngomhlaka 24 July 2018.
  6. "South Africa Nelson Mandela Statue". Agentia Nationale De Presa Agerpress Actualizeaza lumea. Archived from the original on 24 July 2018. Kulandwe ngomhlaka 24 July 2018.
  7. "Nelson Mandela Biography". Encyclopaedia of World Biography. Kulandwe ngomhlaka 20 June 2018.
  8. "Nelson Mandela statue unveiled at Cape Town City Hall". European Press Photo Agency. 24 July 2018. Archived from the original on 25 July 2018. Kulandwe ngomhlaka 24 July 2018.
  9. "Mandela delivers his first speech at the Grand Parade". South African History On line. Kulandwe ngomhlaka 20 June 2018.
  10. "Madiba statue unveiled at Cape Town City Hall". 91.3FM the Voice of the Cape. 24 July 2018. Kulandwe ngomhlaka 25 July 2018.
  11. "Nelson Mandela Biography". Biography.com. Kulandwe ngomhlaka 20 June 2018.
  12. "Images of the Day". Irish Times. Kulandwe ngomhlaka 25 July 2018.
  13. "South African hero Nelson Mandela commemorated with Cape Town sculpture". Spanish Agencia EFE. Archived from the original on 2019-03-30. Kulandwe ngomhlaka 2019-02-23.
  14. "Nelson Mandela commemorated with Cape Town sculpture". News4Europe. Archived from the original on 25 July 2018. Kulandwe ngomhlaka 25 July 2018.