Jump to content

IsiLili

Kubuya ku Wikipedia
ILawu elikwiNqakathiso yaseDetmold.

IsiLili noma umBhede Siyindawo yokulala noma yokuphumula eLawini. Leli igama liqhamuka kwisandulelaSintu, lapho khona liqukethe umqondo wendawo yokulala. IziLili zesimanje zisigabambhili; umqolo owakhiwe ngamapulangwe, ebese umbhozwa ngendwangu ukuze ubukeke, ebese kuba nesithivi sona esintofontofo. IziLili zasendulo kwakuba iCansi, ebese kuba nesiqamelo esibaziwe ngesigodo. [1]

  1. C.M Doke and B.W Vilakazi