IsiNdebele saseNyakatho

From Wikipedia
Jump to navigation Jump to search
isiNdebele saseNyakatho
Nothern Ndebele
Izwe Zimbabwe, Botswana
Isifunda Matabeleland Nyakatho, Matabeleland Ningizimu
Abakhulumi 1,600,000 (2012)
Umndeni
wolimi
Niger–Congo
Ulimi Olisemthethweni Zimbabwe


IsiNdebele saseNyakatho noma isiNdebele limi lwesiNguni olukhulunywa isizwe samaNdebele ezweni laseZimbabwe. Ulimi lwesiNdebele saseZimbabwe lucishe lufane ncamashi nolimu lwesiZulu olukhulunywa eNingizimi Afrika. Into eyenza lokhu yingoba isizwe samaNdebele aseNingizimu sisukela esizweni somholi wamaZulu Mzilikazi kaMashobane owabe ongomunye wojenene neNkosi uShaka owabaleka ngesikhathi soMfecane wabaleka ezweni laseZimbabwe ngonyaka we1839.