Isindiyane

Mayelana Wikipedia
Isindiyane somusi esinegobongo elivuliwe .

Isindiyane (ibizo elisuselwa esenzweni sokundiyaza) Isilekeleli esiyinguxa esindiyazayo esigqoba isidlakalasi ekugobhozeni komtshoko sisiphendule umsebenzi owusizo.[1] Umsebenzi okhiqizwa isindiyane lapho uhlanganiswa nesiphehli ungasetshenziselwa ukuphehla amandla wamazuba. Isindiyane siyinguxa endiyazisayo (turbo machine) okungenani enengxenye eyodwa enyakazayo ebizwa isindiyisi (rotor), ewumshiza noma umgqomo onamekwe ngezibhexe (blades). Umtshoko odikizayo ungena ezibhexeni bese ufaka isidlakalasi sokundiyaza esindiyisini. Izibonelo zezindiyane zokuqala windmills and waterwheels.

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. Wragg, David W. (1973). A Dictionary of Aviation (first ed.). Osprey. p. 272. ISBN 9780850451634.