Iwashi

Mayelana Wikipedia
Solar-powered clock

Iwashi into esiyisebenzisela ukuthi isitshele isikhathi. Kukhona izinhlobo ezehlukahlukene zamawashi ezakhiwe, kukhona amawashi wasendlini, kube khona amawashi wasesandleni, kube khona amawashi afakwe ezintweni ezahlukahlukene, njengomakhalekhukhwini. Emhlabeni jikelele iwashi libaluleke kakhulu, kepha kukhona izindawo ezingasebenzisi amawashi ukubheka isikhathi. Kulezo zindawo babuka ilanga ukuze bakhone ukusho ukuthi ubani isikhathi, ngamanye amazwi babheka isimo selanga, sokuthi lime kuphi bese bayakhona ukusho ukuthi ubani isikhathi.