John Langalibalele Dube
Appearance
| John Langalibalele Dube | |
|---|---|
![]() John L. Dube | |
| Ubezalwa |
11 ngoNhlolanja 1871 Inanda, Ikoloni yaseNatali |
| Ubefa | 11 ngoNhlolanja 1942 (iminyaka ama-71) |
| Ubuzwe | South African |
| Occupation | |
| Known for | Umongameli wokuqala we-South African Native National Congress |
| Notable work(s) | uShembe (1936) isichazampilo sika-Isaiah Shembe, Shuter & Shooter Publishers Pty Ltd, Pietermaritzburg |
John Langalibalele Dube (11 ngoNhlolanja 1871 – 11 uNhlolanja 1946) wabe engumbhali, usopolitiki, umshicileli, usonkondlo, umhleli, futhi eyisazi senjulalwazi. UDube wabe enguMongameli wokuqala le-South African Native National Congress (SANNC) eyabunjwa ngonyaka we-1912 eyashintshwa igama yaziwa njenege-African National Congress (ANC). UDube waphatha isikhundla sobumongameli we-SANNC kusukela ngonyaka we-1912 kuya kweye-1917. Ngonyaka we-1903 yena nonkosikazi wakhe wokuqala uNokutela Dube baqala iphendaba Ilanga Newspaper.
