Jump to content

Nomfundo Moh

Mayelana Wikipedia

UNomfundo Ngcobo (owazalwa ngo-2000), owaziwa ngelikaNomfundoh Moh ungumculi waseNingizimu Afrika. Wazalelwa futhi wakhulela eNdwendwe, KwaZulu-Natal, umsebenzi wakhe waqala eneminyaka engu-16 ngo-2016.[1][2] U-Moh waqala ukuqashelwa ngemva kokukhipha elithi "Lilizela" ngo-2021. [3]

Ngemva kokusayina isivumelwano sokuqopha ne-Universal Music, waduma ngengoma yakhe yokuqala ethi Amagama (2022), eyaphuma nengoma eshisa izikhotha ethi "Phakade Lami"