Talk:IMpumalanga Kapa

Page contents not supported in other languages.
Mayelana Wikipedia

KwaXhosa[Hlela umthombo]

(Outdated) leligama selidluwe yisikhathi. iMpumalanga Kapa ilona gama lesiZulu ekubizwa ngaso lesifundazwe esikhathini samanje. Okunye, kumele sikhumbule ukuthi iMpumalanga Kapa inezinhlanga eziningi ezihlukene futhi ezinosiko kanye nobukhosi bazo (AmaXhosa, AmaBhaca, AmaHlubi, Amampondo, AbaThembu...etc) leligama angicabangi ukuthi liyasiza ekufundiseni ngenxa yokungabi-inclusive kwalo. Okokugcina, esikhathini samanje ngisho nakwaZulu alisasetshenziswa leligama. 3atbulletz (talk) 15:12, 22 uMbasa 2020 (UTC)[reply]