Talk:Izinkomo
Faka isihlokoAppearance
(Redirected from Talk:Inkomazi)
Latest comment: 8 izinyanga ezedlule by Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele in topic isihloko siyageja
| This is the talk page for discussing improvements to the Izinkomo article. | |||
|---|---|---|---|
|
|
|
|
isihloko siyageja
[Hlela umthombo]Sanibona, kunzima ukuthuthukisa lesi sibhalwa ukuya phambili ngenxa yokuthi isihloko siyageja. kufanele kube isibhalwa esiphathelene nezinkomo jikelele, kuhlanganisa nenkomazi. Ngoba ngesiZulu inkomo usho kokubili umhlambi usuwonke, sesibala nenkunzi. futhi uma inkunzi ingekho usho izinkomazi zodwa. Ngicabanga ukuthi kufanele isihloko sithi "izinkomo" . User:Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele ubona kanjani bafo?
ngoba lesi sibhalwa kufanele ngabe sinemininingwane emniningi njengoba inkomo kuyinto esinolwazi ngayo eMzansi. Fongcwele (talk) 13:10, 19 uNhlaba 2025 (UTC)
- Mina angiyiboni inkinga bafo ungasilungisa, ngivumelana ngokuphelele nesiphakamiso sakho. Mzwandile Loyi-Naziri Ntshele (talk) 05:39, 20 uNhlaba 2025 (UTC)