Talk:IsiZulu

Page contents not supported in other languages.
Mayelana Wikipedia

Mazibuyele emasisweni.

Zulu omuhle, masivuse ulimi lwethu oseluya ngokuya lufadabala kuhle kwamazolo ebona ilanga lasekuseni. Phela kungaba ichilo elibi kabi ukuthi sibukele iulimi liobabomkhulu luqedwa ngenxa yokungasetshenziswa. Ingani phela sesanaka kakhulu ulimi okungelona elomdabu waseNingizimu Afrika. Lelikhasi ngilenza nje nginehloso yokuthi abantu bakithi KwaZulu bedlale ngolimi. Sisebenzise izisho kanye nezaga siphinde sizihlaziye ngokolimi lwakithi.

Ngiyobonga uma isifiso sami siphumelele kunina bengonyama.